Home Search Countries Albums

Ngam'khetha

NOMFUNDO MOH Feat. NAXION CROSS, BEAST

Ngam'khetha Lyrics


Ngamkhetha zkhona zonke ziphelele
Ngamkhetha zkhona zonke ziphelele
Ngamkhetha zkhona zonke ziphelele
Ngamkhetha zkhona zonke ziphelele

Phambi kweAltari
Ngimile ngipheth’ izimbali
Zisho ngamakha amnandi
Kugcwel’ izihlobo nabangani
Yavele yabukan’ emehlweni
Kwagcwalisek’ umbhalo enhlizweni
Yavele yabukan’ emehlweni
Kwagcwalisek’ umbhalo enhlizweni

Ngamkhetha zkhona zonke ziphelele
Ngamkhetha zkhona zonke ziphelele

Muntu wami
Ngbona wena kphela
Akekh’ osangangtshela nix
Noma bekhuluma
Uyaz angiyindawo angith
Wangfica ngingena bani
Wakhanyis’ isbani
Ngob’ usuchazile awthi nami ngike ngzame
Yaz mangbuka laph’ es’suka khona
Angkholwa kseythina
Benghlekw’ abantu
Kthiwa sengtheng’ amaWeave now
Mangith ngyakthanda bathi “baba cima cima”
Naw udinwa mangikcinza
Ngikbiza ngoBaby(na)
Woza lana wena maqondana
Ungacasuki tshela mina sthandwa sqhathwa ubani?
Baby ungavumi basnqamule
Yaz ngikthanda njani
And ungchaza blind
Mawsudedela abomancane bakho ngeSummer time
Wangbuz ukuth ngsangakshiya? Never
Wangbuz ukuth uban umntwan owukshisa? Uwena
Wangbuza ukuth kngcono makunjan? SiTogether
Wangbuz ukuth iskhath esngakanan? Ngath forever
Mina ngfuna wena kphela my dali
Mina ngfuna wena kphela my dali
We’ve been through it all girl
The pain and the laughter
And manje buka sesohlangana kwiAlter
Zyasha

Ngamkhetha zkhona zonke ziphelele
Ngamkhetha zkhona zonke ziphelele
Ngamkhetha zkhona zonke ziphelele
Ngamkhetha zkhona zonke ziphelele

Enjoy Synced Lyrics With Our Mobile App

Download on Google PlayGet it on App Store

WATCH VIDEO

ABOUT THIS SONG


Release Year : 2022


Album : Amagama (Album)


Added By : Farida

SEE ALSO

AUTHOR

NOMFUNDO MOH

South Africa

Nomfundo Moh is a singer/songwriter from South Africa. ...

YOU MAY ALSO LIKE