Izibusiso Lyrics
Baba mawbusisa mina namhlanje
Ngyacela ngomusa nentobeko
Cel' ungakhohlw' umngan wam
Cel' ungalibal' umakhelwane wami
Kwakhon' ukvuka kwami namhlanje
Hhay ngoba ngingcono
Cel' ukhumbul' umnden wami
Cel' ukhumbul' abazali bami
Baba mawbusisa mina namhlanje
Ngyacela ngomusa nentobeko
Cel' ungakhohlw' umngan wam
Cel' ungalibal' umakhelwane wami
Kwakhon' ukvuka kwami namhlanje
Hhay ngoba ngingcono
Cel' ukhumbul' umnden wami
Cel' ukhumbul' abazali bami
Ngeliny' ilanga ngahlangana nekhehl' eselthe ukukhul imnyaka
Lathi "zwana mtanami ngimdala eey
Eeh mtanami ngimdala (ngiyntshebe)"
Zwana ngami ngimdala eey, Eeh mtanami ngimdala
Emhlabeni kyaphiliswana
Akho qili laykhoth emhlane
Amagagasi awalingani
Mawnced omunye kuwe kukhul ubhlakani
Uklul isandla knobusiso phakathi
Ngoba two, two is better than one
Yebo bathi kubamb ezingelayo
Kodwa nesandla esphayo sibusisiwe kunaleso esamukelayo
Masibambane
Baba mawbusisa mina namhlanje
Ngyacela ngomusa nentobeko
Cel' ungakhohlw' umngan wam
Cel' ungalibal' umakhelwane wami
Kwakhon' ukvuka kwami namhlanje
Hhay ngoba ngingcono
Cel' ukhumbul' umnden wami
Cel' ukhumbul' abazali bami
Baba mawbusisa mina namhlanje
Ngyacela ngomusa nentobeko
Cel' ungakhohlw' umngan wam
Cel' ungalibal' umakhelwane wami
Kwakhon' ukvuka kwami namhlanje
Hhay ngoba ngingcono
Cel' ukhumbul' umnden wami
Cel' ukhumbul' abazali bami
Baba mawbusisa mina namhlanje
Ngyacela ngomusa nentobeko
Cel' ungakhohlw' umngan wam
Cel' ungalibal' umakhelwane wami
Kwakhon' ukvuka kwami namhlanje
Hhay ngoba ngingcono
Cel' ukhumbul' umnden wami
Cel' ukhumbul' abazali bami
WATCH VIDEO
ABOUT THIS SONG
Release Year : 2022
Album : Amagama Deluxe (EP)
Copyright : © 2022 Universal Music (Pty) Ltd South Africa
Added By : Farida
SEE ALSO
AUTHOR
YOU MAY ALSO LIKE