Home Search Countries Albums

Uzalo Lyrics

Imvula iyana, ungbusisa nangelanga
Ksukela k’dala, wangbusisa 
Ngiseyihlwili esiswini sika mama 
Ngizizwa ngibusisiwe
Imvula iyana ungikhanyisela ngelanga 
Ksukela k’dala, wangbusisa 
Ngiseyihlwili esiswini sika mama 
Es’swini s’ka mama

(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Odade nabafowethu, Odade nabafowethu 
Ngaphuma nabo esiswini sika mama 
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)

Aw iyo lento eyenza ukuthi sikhumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Ungipha amandla okumelana neNgqinamba
Thixo somandla, noma ngihamba endleleni 
Zobumnyama Hlezi ungibhekile

Ungipha amandla okubhekana nezitha zam
Thixo somandla
Beng’cela amanye amandla uzuwaphe umama
Ngoba es’swini sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)

Odade nabaf’wethu, Odade nabafowethu 
Ngaphuma nabo es’swini sika mama 
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Aw iyo lento eyenza ukuthi s’khumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)

Uwe Uwe uwe
Uwe Uwe uweh
Baba wethu osezulwini
Uzungbusisele umah
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Uye uye yehe

Uye uye yehee
Imanzi emhlophe ezala Mina nodade wethu
Kuzalwa abafana
Kuzalwa abafana

Enjoy Synced Lyrics With Our Mobile App

Download on Google PlayGet it on App Store

WATCH VIDEO

ABOUT THIS SONG

Release Year : 2021

Album : Ghetto King (Album)

Copyright : (c) 2021

Added By : Huntyr Kelx

SEE ALSO

AUTHOR

ZAKES BANTWINI

South Africa

Zakes Bantwini is an artist from South Africa. ...

YOU MAY ALSO LIKE