Jwayela Lyrics
Ngithe Hello Wathi Sawubona
Ngathi "my name is Lavish"
Wathi “ngiyakwazi, ungaze uzamu’kuyalapho
Ungaz’khathaZi mina bese ngizwile ngawe
Ngathi uzweni?
Wathi “No no no” indaba zakho nawe uyazazi
Everybody knows that you’re a player
Hamb’uyo zama abanye
Naba’abantu bengjwayela
Bengithi ngyavuka ngomntwanake manje uyangbhampela
Uthi uthando anginalo
Uthi uthando anginalo
Abangan’bakhe bathi ay lo mfana
Thina siyamazi chomi smazi’kdala
Thabiso yena kade’badlala
Uthand’akanalo
Uthand’akanalo
Weh’Mah besengithi ke ngytholi types yami
Besengithi ke wavuku’malambane
Besengithi ke wavuku’malambane
Naba’abantu bengjwayela
Bengithi ngyavuka ngomntwanake manje uyangbhampela
Uthi uthando anginalo
Uthi uthando anginalo
Bengithi ngyavuka nami, kanti khona’lona oloke hambe
Khuluma ngami kanti ubani onenkinga nami akaphumelo’bala
Khuluma ngami kanti ubani onenkinga nami akaphumelo’bala
Yey wena uyanhlanyisa
Sondela la ngzokulanda fresh babe ngawe ngyavuka
Sondela la ngzokulanda fresh babe ngawe ngyavuka
Naba’abantu bengjwayela
Bengithi ngyavuka ngomntwanake manje uyangbhampela
Uthi uthando anginayo
Uthi uthando anginayo
Uthi uthando anginayo
Uthi uthando anginayo
WATCH VIDEO
ABOUT THIS SONG
Release Year : 2021
Album : Jwayela (Single)
Copyright : (c) 2021
Added By : Huntyr Kelx
SEE ALSO
AUTHOR
THABISO LAVISH
South Africa
Thabiso Lavish real name Thabiso Freddy Mahlalempini is an artist from South Africa. ...
YOU MAY ALSO LIKE