Home Search Countries Albums

Before

SJAVA

Before Lyrics


Before, before

(before) 
Bewungek' ukhulume ngami
ngale ndlel' okhuluma ngayo (before) 
Before bewungihlonipha (before) 
Bewuhlal' ungitjela njal'
ukuth' uyangthand
kodwa manje
sengiya' celela
kodwa manje angisatjelwa
sengiya' celela

ubobhasobha mah
uzoth' umunt' uyakuthanda
kant' uyakuhalela
uzoth' uthando
kant' inkanuko
koth' angakuthol' akufunayo
uthando lushabaalale nje ngama zolo ebon' ilanga
ngabe ng'sak fanalela

(before) 
Bewungek' ukhulume ngami
ngale ndlel' okhuluma ngayo (before) 
Before bewungihlonipha (before) 
Bewuhlal' ungitjela njal'
ukuth' uyangthand
kodwa manje
sengiya' celela
kodwa manje angisatjelwa
sengiya' celela

kanti yin' eyenz' ukuthi umuntu aqamb' amanga
sibadala masingaka, hay ungazodlala
mas' uthol' omuny' ongcono k'nam kumel' ukungitjele
thando lwami please ngicel' ungbuyisele
ngeke ngize ngivume
udlale ngemizwa yami
ngeke ngize ngivume
ngothando lwami
ngeke ngize ngivume
uchithe isikhathi sami
baning' abafuna lothando.

(before) 
Bewungek' ukhulume ngami
ngale ndlel' okhuluma ngayo (before) 
Before bewungihlonipha (before) 
Bewuhlal' ungitjela njal'
ukuth' uyangthand
kodwa manje
sengiya' celela
kodwa manje angisatjelwa
sengiya' celela

Enjoy Synced Lyrics With Our Mobile App

Download on Google PlayGet it on App Store

WATCH VIDEO

ABOUT THIS SONG


Release Year : 2016


Album : Before (Single)


Added By : Olivier charly

SEE ALSO

AUTHOR

SJAVA

South Africa

...

YOU MAY ALSO LIKE