Umona Lyrics

Ubabona sebelunguza ngamaFastela
Babuk’ ukuthi ngabe kwenzakalani la
Maye bathuswa ukuth uyaphumelela
Nhliziyo zigaya iybozi
Umona yifa lezinja
Iyeh iyeh iyelelema
Iyeh iyeh mafind’ aqaqwa
Iyeh iyeh izinto zakhanya
Nhliziyo zigaya iybozi
Umona yifa lezinja
Yin umona? Yin umona? (Yin umonaaa)
Yin umona? Yin umona? (Yin umonaaa)
Anishayen’ izandla, yin umona?
Anishayen izandla, yin umona?
Vele yin edala ube nomona ngami (Yin umonaaa)
Yin umona? Yin umona? (Yin umonaaa)
Awufun ukungbona ngphumelela wena (Yin umonaaa Yin umona)
Aibo nang’ ekhuluphala
Mpilwen yakhe kwenzek’ iymanga
No no! Kanjani?
No no! Akcish’ isbani
Le nhlansi angiyfuni
Kush’ umona ngaphakathi
Bese ngim’ isbindi ngithi
“Bayothi befungile mina ngiphunyuke”
“Bayothi bevalile kuvele kuvuleke”
“Bayothi bebophile kuvele kuqaqeke”
Yin umona? Yin umona? (Yin umonaaa)
Yin umona? Yin umona? (Yin umonaaa)
Anishayen’ izandla, yin umona?
Anishayen izandla, yin umona?
Vele yin edala ube nomona ngami (Yin umonaaa)
Yin umona? Yin umona? (Yin umonaaa)
Awufun ukungbona ngphumelela wena (Yin umonaaa Yin umona)
Yin umona? Yin umona? (Yin umonaaa)
Yin umona? Yin umona? (Yin umonaaa)
Anishayen’ izandla, yin umona?
Anishayen izandla, yin umona?
Vele yin edala ube nomona ngami (Yin umonaaa)
Yin umona? Yin umona? (Yin umonaaa)
Awufun ukungbona ngphumelela wena (Yin umonaaa Yin umona)
WATCH VIDEO
ABOUT THIS SONG
Release Year : 2022
Album : Amagama (Album)
Added By : Farida
SEE ALSO
AUTHOR
YOU MAY ALSO LIKE