Kahle Lyrics

Thabath' inhliziyo yami
Udlize ngothando lwethu emazweni
Engath ungahlal' useduze kwami
Ngoba njalo Uhlezi usemcabangweni
Uma bethi likhiph' umkhovu etsheni
Basuke belinganisa ngothando lwethu (ooh)
Lushisa bhe, Wen' owabon' ilanga ehlobo (ooh)
Wen' unguy' engimdingayo
Impel' unguy' engimkhethayo
Laph' uthando lwakho lungholela khona
Mina ngizoklandela
Ngob' unguy' engimdingayo
Impel' unguy' inhliziyo emkhethayo
Ngyaqal' ukthol' uthando olunjena
Ngyaqal' ukthol' uthando olunjena
Ungiphethe kahle, Ungiphethe kahle umuntu wam
Ungiphethe kahle
Ntofontofo uLovey
Baby asambe syoshawa umoya lapha ngasolwandle
Honey, belunjani usuku lakho ke namhlanje?
Yizo lezi izinto encane eyjabulis' umoya (moya)
Bengingaz ukuth uyangthanda
Bengith udlala ngami
Sekyacaca awnaso iskhathi sokdlala
Awfune lutho ngami
Thando lwakho lona lubanzi lujulile
Lona lubanzi lujulile
Ngyaqal' ukthol' uthando olunjena
Ngyaqal' ukthol' uthando olunjena
Ungiphethe kahle, Ungiphethe kahle umuntu wam
Ungiphethe kahle
Ntofontofo uLovey
Ngyaqal' ukthol' uthando olunjena
Ngyaqal' ukthol' uthando olunjena
Ungiphethe kahle, Ungiphethe kahle umuntu wam
Ungiphethe kahle
Ntofontofo uLovey
WATCH VIDEO
ABOUT THIS SONG
Release Year : 2022
Album : Amagama Deluxe (EP)
Copyright : © 2022 Universal Music (Pty) Ltd South Africa
Added By : Farida
SEE ALSO
AUTHOR
YOU MAY ALSO LIKE