Home Search Countries Albums

Isandla Sikamama

NOMFUNDO MOH

Isandla Sikamama Lyrics


Mama cel’ ungkhanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungbonise
Indlel’ ekmele nghambe ngayo
Ngkhanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungbonise
Indlel’ ekmele nghambe ngayo
Mama weh (mama) Mama weh (mama)
Mama weh (mama) Mama weh (mama)

Empilweni yami (iih)
Kuhambe kwahamba
Inkosi yabiz iQhawekazi lami (iih)
Mihla ngemihla
Mina nghlezi ngnokfisa
Ngilokhu nglangazelela
Ukbon’ ubuso bakhe
Hhay uyadel’ osanomama wakhe (abanye balele emangcwabeni weeh)

Mama cel’ ungkhanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungbonise
Indlel’ ekmele nghambe ngayo
Ngkhanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungbonise
Indlel’ ekmele nghambe ngayo
Mama weh (mama) Mama weh (mama)
Mama weh (mama) Mama weh (mama)

Ndlovukazi yami enomoy’ obunene
Ntombi yakwabo enesineke eeh (aah ahahaa)
Oh mina ngkhumbul’ umama
Ngiyalangazelela
Ukthol’ eliny’ ithuba nawe
Ngincokole nawe
Impilo ngab’ ingcono
Ukube ngsesenawe

Mama cel’ ungkhanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungbonise
Indlel’ ekmele nghambe ngayo
Ngkhanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungbonise
Indlel’ ekmele nghambe ngayo
Mama weh (mama) Mama weh (mama)
Mama weh (mama) Mama weh (mama)

Enjoy Synced Lyrics With Our Mobile App

Download on Google PlayGet it on App Store

WATCH VIDEO

ABOUT THIS SONG


Release Year : 0


Album : Amagama (Album)


Added By : Farida

SEE ALSO

AUTHOR

NOMFUNDO MOH

South Africa

Nomfundo Moh is a singer/songwriter from South Africa. ...

YOU MAY ALSO LIKE