Home Search Countries Albums

eMgodini

MNQOBI YAZO Feat. MUSIHOLIQ

Read en Translation

eMgodini Lyrics


Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele

Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele

Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)

Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)

Still bamanje ngisayilenkunzi engakhulumi kodwa eDealer nezenzo
Elemani elemani elabafazi ongenzansi ubona ngezehlo
Abaningi esengibakhubazile endleleni yabo bathi ngumeqo
Sebesaba nokungi-testa bathumela igundane ngumendo

Bathi iyashikisha bathi iyashikisha ( Bathi iyashikisha)
Bathi iyashikisha bathi iyashikisha ( Awu Shiiiiiiiih bathi iyashikisha)

Kuqhuma iSbhamu impi nakhu ngifela emanyale biza izinsizwa
Bathi sizinsimbi ezogoba ejalimane khiphi nqina

Gibela ushuni webhanoyo zindizela phansi lezinyoni
Gibela ushuni wemoto zingibikela phansi lezinyoni
Shumi lamadoda ngiyitoi toi
Butho likaShaka ngathi awuboni
Siphethe amawisa ziyakokota
Zulu wathi kumina ayizondi

Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele

Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele

Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)

Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)

Mina ngazi izinsizwa amaJongo man
Ngisho izinsizwa ezinku angisho aboguluva
Mina ngazi izinsimbi zasejalima
Ngisho insimbi enkulu azigobi noma ikanjani

Mina nsizwa ngingakugingqa ithi ngeke
Mina ikhanda ngingalishiya libomvu ithi ngeke (Ai ngeke)
Thinta inyoka emgodini izithulele
Bese ikushaya ikhanda bese uthi umhlaba ukujikele (Ai ngeke)

Ingwe emabalabala endle
Nansi inkinga Nansi inkinga kusazokhala izembe wema
Lana kusazojuluka izinsizwa masekungena mina kusazonxapha lona impela wema

Bathi ngiybuzi ithi meh
Bathi mina ngumkhomo inyama iningi woza uzisikele
Ai nkosi ngujikelele
Like Enoch Sontonga nkosi uzusikelele

Ayihlome ihlasele (Ihheeeh hhaamu)
Uzulu uhlangene (uHhololo Hhaamu)

Cela ukubuza wena usangathi ngeke
Uzulu usuhlangene wena usangathi ngeke (Ai ngeke)
Cela ukubuza wena usangathi ngeke imikhonto isiloliwe wena usangathi ngeke (Ai ngeke)

Woya wooooya woya weeeh
Woya weya weya weya weeeh
Yeeeelele lele
Uuuzeeh weya weya weya weya weeh

Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele

Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele

Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)

Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)

Enjoy Synced Lyrics With Our Mobile App

Download on Google PlayGet it on App Store

WATCH VIDEO

ABOUT THIS SONG


Release Year : 2021


Album : eMgodini (Single)


Copyright : (c) 2021


Added By : Huntyr Kelx

SEE ALSO

AUTHOR

MNQOBI YAZO

South Africa

Mnqobi Yazo is a Musician /script writer/director/actor from South Africa. ...

YOU MAY ALSO LIKE