Home Search Countries Albums

Kuyenyukela

KELLY KHUMALO

Read en Translation

Kuyenyukela Lyrics

Saze sal'thwal' idombolo
Say'thwal' inkinga ukuba
Yis'fazane k'ya nyukela
Saze sal'thwal' idombolo
Say'thwal' inkinga ukuba
Yis'fazane k'ya nyukela

Hamb' uyotheza
Yenz' ukudla
Khulis' ingane
Yeheni
Hamb' uyothenga
Yenz' ukudla
Fundis' ingane
Awu yeheni bo

Saze sal'thwal' idombolo
Say'thwal' inkinga ukuba
Yis'fazane k'ya nyukela
Saze sal'thwal' idombolo
Say'thwal' inkinga ukuba
Yis'fazane k'ya nyukela

Hamb' uyotheza
Lungis' ukudla
Khulis' ingane
We yeyeni
Hamb' uyotheza
Awenz' awenz' ukudla
Khulis' ingane
Koze kube nini

Saze sal'thwal' idombolo
Say'thwal' inkinga ukuba
Yis'fazane k'ya nyukela
Saze sal'thwal' idombolo
Say'thwal' inkinga ukuba
Yis'fazane k'ya nyukela

Aw'thi ng'bolek' ikama
Ngizilingise nay' indoda
Aw'thi ng'bolek' ikama
Aw'thi ng'bolek' ikama
Ngizilingise nay' indoda
Aw'thi ng'bolek' ikama
Aw'thi ng'bolek' ikama
Ngizilingise nay' indoda
Aw'thi ng'bolek' ikama
Aw'thi ng'bolek' ikama
Ngizilingise nay' indoda
Aw'thi ng'bolek' ikama

Saze sal'thwal' idombolo
Say'thwal' inkinga ukuba
Yis'fazane k'ya nyukela
Saze sal'thwal' idombolo
Say'thwal' inkinga ukuba
Yis'fazane k'ya nyukela

Enjoy Synced Lyrics With Our Mobile App

Download on Google PlayGet it on App Store

WATCH VIDEO

ABOUT THIS SONG


Release Year : 2020


Album : The Voice of Africa (Album)


Copyright : (c) 2020


Added By : Huntyr Kelx

SEE ALSO

AUTHOR

KELLY KHUMALO

South Africa

Kelly Khumalo is a musician from South Africa. ...

YOU MAY ALSO LIKE