Home Search Countries Albums
Read en Translation

Emlanjeni Lyrics

Oh aah welele
Oh aah welele

Welele welele wowoh
Mvula thula, mvula thula
Ng'fun' ukuyobon'
Isthandwa sami weh

Welele welele wowoh
Mvula thula, mvula thula
Ng'fun' ukuyobon'
uLovie sami weh

Sabawela, ngyabawel'
Ukumbona yena
Ngyabawela, ngyabawel'
Ukumbona yena (Oh nah nah)

Sabawela, ngyabawel'
Ukumbona yena
Ngyabawela, ngyabawel'
Ukumbona yena (Oh nah nah)

Ukuvela kwelanga 
Ngyophuma ngishone kuwe
Ngihamb' ama kilometer
Mina ngeh' imifula
Nghlangabez' ikhukhula
Noma kwenyuka
Uzungthol' emlanjeni soka lami

Ukuvela kwelanga 
Ngyophuma ngishone kuwe
Ngihamb' ama kilometer
Mina ngeh' imifula
Nghlangabez' ikhukhula
Noma kwenyuka
Uzungthol' emlanjeni soka lami

Ngyafa inkumbulo nothando
Mvula ng'cel uthule webafo
Ngyobon' u my sweetie my love oh
Uzong'thol' emlanjeni sthandwa samii

Ngyafa inkumbulo nothando
Mvula ng'cel uthule webafo
Ngyobon' u my sweetie my love oh
Uzong'thol' emlanjeni sthandwa samii

Sabawela, ngyabawel'
Ukumbona yena
Ngyabawela, ngyabawel'
Ukumbona yena (Oh nah nah)

Ngyafa inkumbulo nothando
Mvula ng'cel uthule webafo
Ngyobon' u my sweetie my love oh
Uzong'thol' emlanjeni sthandwa samii

Ngyafa inkumbulo nothando
Mvula ng'cel uthule webafo
Ngyobon' u my sweetie my love oh
Uzong'thol' emlanjeni sthandwa samii

Ukuvela kwelanga 
Ngyophuma ngishone kuwe
Ngihamb' ama kilometer
Mina ngeh' imifula
Nghlangabez' ikhukhula
Noma kwenyuka
Uzungthol' emlanjeni soka lami

Ukuvela kwelanga 
Ngyophuma ngishone kuwe
Ngihamb' ama kilometer
Mina ngeh' imifula
Nghlangabez' ikhukhula
Noma kwenyuka
Uzungthol' emlanjeni soka lami

Enjoy Synced Lyrics With Our Mobile App

Download on Google PlayGet it on App Store

WATCH VIDEO

ABOUT THIS SONG


Release Year : 2021


Album : Emlanjeni (Single)


Copyright : (c) 2021


Added By : Huntyr Kelx

SEE ALSO

AUTHOR

DE MTHUDA

South Africa

De Mthuda Mthuthuzeli is a Music Producer/Dj from South Africa. ...

YOU MAY ALSO LIKE