Home Search Countries Albums

Makhumalo

BERITA Feat. BEKEZELA

Makhumalo Lyrics

Ooooo oooo ooo
Ooooo oooo ooo

Makhumalo masishade sithandwa sam
Ukushela yikwenza nje
Oh mina ngizibonela umshado
Makhumalo
Nalingi yo sheri nangai
Ukushela yikwenza njee

Angifuni ukudlala ngawe, Angifuni ukudlala ngawe
Angifuni ukudlala ngawe, Angifuni kucitha isikhathi
Angifuni ukudlala ngawe,Angifuni ukudlala ngawe
Angifuni ukudlala ngawe, Angifuni kucitha isikhathi

Ukuqala kwam ukukubona
Amehlo akho angihlaba izinhliziyo
Umoya wami wavuma
Ukukushela yikwenza nje nje
Sengizothumela abomalume
Me Ngobe nguwe umama ekhaya engimkhethileyo

Makhumalo masitshade sithandwa sam
Ukushela yikwenza nje
Oh mina ngizibonela umshado
Makhumalo
Nalingi yo sheri nangai
Ukushela yikwenza nje e

Bazojabule Ekhaya , uzojabula mama
Ubaba sengimtshelile , indaba yakhona iyamchaza
Thumela omalume
Sthandwa sam ngiyakuthanda, akukho okudlula lokho
Thumela omalume

Angifuni ukudlala ngawe, Angifuni ukudlala ngawe
Angifuni ukudlala ngawe, Angifuni kucitha isikhathi
Angifuni ukudlala ngawe,Angifuni ukudlala ngawe
Angifuni ukudlala ngawe, Angifuni kucitha isikhathi

Makhumalo masitshade sithandwa sam
Ukushela yikwenza nje
Oh mina ngizibonela umshado
Makhumalo
Nalingi yo sheri nangai
Ukushela yikwenza nje e

We makhumalo
We mambulazi
WeMzilikazi
Ntombemhlophe ngabomu
Wena owadla abafokazi
Ubayenga nge tsaku
Ngifuna wena wedwa
Inkomo Zikhona
Futhi ngizozishaya ziphelele
We Makhumalo
Ngifuna wena wedwa
Ntombeemhlophe
Ntombeemhlophe
Ntombenhle
Sqabhobho
Sqamula amayezi
Ufana lelanga liphuma
Ngifuna wena wedwa

Enjoy Synced Lyrics With Our Mobile App

Download on Google PlayGet it on App Store

WATCH VIDEO

ABOUT THIS SONG


Release Year : 2020


Album : Makhumalo (Single)


Added By : Farida

SEE ALSO

AUTHOR

BERITA

South Africa

Berita is a multi-award-winning singer-songwriter, guitarist and music producer from South Afri ...

YOU MAY ALSO LIKE