Home Search Countries Albums

Angimale

SIMMY Feat. KHUZANI

Angimale Lyrics


Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane
Sekusele kancane ngimale
Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane
Sekusele kancane ngimale

Ngiwahambile wonk' amazwe
Zange ngim'thole onjengawe
Kodwa manje indab' ilana
La ngiyakhona kuxoxwa ngami
Ey kuthiwa kudlaliwe ngami
Ngoba kuzomele ngikwale nje
Ey kuthiwa kudlaliwe ngam
Ngoba kuzomele ngikwale nje

Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane
Sekusele kancane ngimale
Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane
Sekusele kancane ngimale

Kuth' angimale
Ah kuth' angimale
Ah sekusele kancane ngimale
Kuth' angmale (sekusele kancane ngimale)
Kuth' angmale (sekusele kancane ngimale)

Sthandwa sami
Ungavumi besihlukanise
Oh sthandwa sami
Ungavum' besihlukanise
Oh lovie wami
Uma ungang'lahla ung'lahlelani welove (aning'yekeni ng'male)
Uma ungang'shiya ung'shiyelani welove (aning'yekeni ng'male)
Ngoba mide iminyaka (sek'sele kancane ngmale)
Uma ungang'shiya ung'shiyelani welove (sek'sele kancane ngmale)
Uma ungang'lahla ung'lahlelani westhandwa (aning'yekeni ng'male)
Ngoba mide iminyaka (aning'yekeni ng'male)
Ngoba mide iminyaka (sek'sele kancane ngmale)
Ngoba mide iminyaka (sek'sele kancane ngmale)

Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane
Sekusele kancane ngimale
Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane
Sekusele kancane ngimale

Ah sekusele kancane
Okwam' okwezandla
Ukube okwezinyawo ngabe kuyazihambela
Uyajola lo
Okwam' okwezandla
Ukube okwezinyawo ngabe kuyazihambela
Uyajola lo

Enjoy Synced Lyrics With Our Mobile App

Download on Google PlayGet it on App Store

WATCH VIDEO

ABOUT THIS SONG


Release Year : 2020


Album : Tugela Fairy (Made of Stars) (Single)


Copyright : (c) 2021


Added By : Huntyr Kelx

SEE ALSO

AUTHOR

SIMMY

South Africa

Simmy (born Simphiwe Nhlangulela) is neo-soul and neo-folk music artist from Johannesburg, ...

YOU MAY ALSO LIKE