Ungcwele Lyrics

Ilanga nenyanga
Kuyakukhothamela
Ungcwele Mninimandla wonke
AmaKherubhi nama Serafime
Ababaza ubukhulu bakho
Waze wangcwele Mninimandla wonke
Umhlaba uyakuzwa
Namazulu ngokunjalo
Ubani ongalinganiswa nawe
Ungcwele
Ungcwele
Ungcwele
Mninimandla wonke
Ungcwele
Ungcwele
Ungcwele
Mninimandla wonke
Emhlabeni, ngaphansi, nangaphezulu (Uyabusa)
Izilwane nhlobo zonke (Kuzw'izwi lakho)
Izintaba nakho konke okudaliweyo (Uyakubusa)
Konke kufakazela
Konke kufakazela (Ubukhulu bakho)
Ungcwele (Waze wagcwele)
Ungcwele (Asimbonanga ofana nawe)
Ungcwele (Ongalinganiswa nawe)
Ungcwele (Aye ebungcweleni)
Ungcwele (Enkazimulweni)
Ungcwele (Enkazimulweni)
Ubani onjengawe
Ungcwele (Oh ngcwele)
Ungcwele (Oh ngcwele njenganawe)
Ungcwele (Ubungcwele bakho abulinganiswa)
Ungcwele (Uhamba wedwa)
Ungcwele (Ugcwele)
Ungcwele
(Ngcwele baba wethu
Ngcwele baba wethu
Ngcwele baba wethu)
Oh ungcwele
Mninimandla wonke
WATCH VIDEO
ABOUT THIS SONG
Release Year : 2025
Album : (Single)
Copyright : © 2025 Sginci Media / EMPIRE
Added By : Farida
SEE ALSO
AUTHOR
YOU MAY ALSO LIKE