Accueil Recherche Pays Albums

10K

MAFIKIZOLO Feat. SJAVA

10K Lyrics


Uthando lwakho, lungishaya ten thousani
Ubusuku nemini, ngiyafa ngawe
Uthando lwakho, lungishaya ten thousani
Ubusuku nemini ngiyafa ngawe

Oh giya mizwa yami (Giya, giya)
Kukhala umuzwilil' enhlizweni (Giya wee)
Giya mizwa yami (Giya, giya)
Oh ngithi giya mizwa yami weeh (Giya wee)
Oh giya mizwa yami (Giya, giya)
Kukhala umuzwilil' enhlizweni (Giya we)
Oh giya mizwa yami (Giya, giya)
Oh ngithi giya mizwa yami weeh (Giya wee)
Angazi ngiqalephi mangithi ng'yachaza
Angazi ngiqalephi mangithi ng'yanaba
K'sukel' ek'qaleni wena wangichaza
Wavele waduka nami (Waduka nami)
Angazi ngilalephi mangithi ng'yachaza
Angazi ngiqalephi mangithi ng'yanaba
K'sukel' ek'qaleni wena wangichaza
Wavele waduka nami (Waduka nami)

Uthando lwakho, lungishaya ten thousani (Shaya ten thouseni)
Ubusuku ne mini, ngiyafa ngawe (Hayi ng'yafa ngawe)
Uthando lwakho, lungishaya ten thousani (Hay' ung'shaya 10k)
Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe (Hay' ang'yaz' int' enje)

Uthando lwakho dade (Hay' lung'shaya 10k)
Mangik'buka dade (Ugez' amehlo ami ngik'bona ngo 5k)
Queen needs King
Then the puppy love thing
Hundred, 3K
USpecial u30A
Untanga yami angihlali nama 2k
Int' engiy'thanda ngawe
'Kuth' 'yazaz' ufunani
Ngith' hayi awuhambi nomoya
Hayi awuthuthwa abangani
Mang' naw' udid' inhliziyo
Ng'cela nigal'khiphi lel'dliso
Check oza'mfuna nembitho
Ung'thint' akhuphukel' ibill
K'gudl' oshuni
Cross iboarder
Ngiy' eSwatini
Ng'yolobola
Mase siwushay' kuyoqoz' imfen'
Hayi umthakath' uyozond'
MaDlamini, Jema ka S'jadu
Siz' elimnyama, nenkomo zayo
Buhl' obungek', buhle bendalo

Uthando lwakho, lungishaya ten thousani
Ubusuku ne mini, ngiyafa ngawe
Uthando lwakho, lungishaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe

Ang'wabolekang' amehlo
Mina ngazalwa nawo
Yingakho ng'kwaz' ukuyibona
Imbal' eqhakazil' emhlabeni
Ang'wabolekang' amehlo
Mina ngazalwa nawo
Yingakho ng'kwaz' ukuyibona
Imbal' eqhakazil' emhlabeni

Ngizokutotosa (Owami wena)
Ng'zok' phath' okweqanda ng'zokutotosa (Owami wena)
Uyayiqoboza (Owami wena)
Nhliziy' igxuma okwentothoyane
Ngizokutotosa (Owami wena)
Ng'zok' phath' okweqanda ng'zokutotosa (Owami wena)
Uyayiqoboza (Owami wena)
Nhliziy' igxuma okwentothoyane

Uthando lwakho, lungishaya ten thousani
Ubusuku ne mini, ngiyafa ngawe
Uthando lwakho, lungishaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngiyafa ngawe

Enjoy Synced Lyrics With Our Mobile App

Download on Google PlayGet it on App Store

WATCH VIDEO

ABOUT THIS SONG


Release Year : 2022


Album : Idwala (Album)


Copyright : © 2021 Universal Music (Pty) Ltd South Africa


Added By : Farida

SEE ALSO

AUTHOR

MAFIKIZOLO

Afrique du sud

Mafikizolo est un duo de musicien sud-africain composé de Theo Kgosinkwe et de Nhlanhla Nciza ...

YOU MAY ALSO LIKE